I-NPA ithole isicelo esivela ku-M&G

2011-11-24 11:55

Pretoria — INational Prosecuting Authority isitholile isicelo seMail&Guardian sokushicilela imininingwane ezokhombisa ukuthi okhulumela iHhovivi likaMengameli uMac Maharaj waqamba amanga kwikhomishana yophenyo.

"UMenzi Simelane ongumqondisi kazwelonke weNational Public Prosecutions uyitholile incwadi ephuma kubameli beMail & Guardian," kusho okhulumela iNPA uMthunzi Mhaga ngoLwesithathu.

Uthe incwadi ingodaba lukaMac Maharaj.

Leli phephandaba lalihlele ukushicilela lolu dala ngoLwesihlanu olwedlule.

Kunalokho, ekhasini labo lokuqala kwakukhona isithombe sikaMaharaj namagama athi sinqunywe umlomo. ngeke sikwazi ukukwethulela lolu daba ngenxa yokwesatshiswa ngokubhekana nengalo yomthetho."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Partly cloudy. Mild. Pta: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Showers early. More sun than clouds. Cool. PE: 13-19°C Showery. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...