I-IFP ithi akusukunyelwe izingane zishone esibhedlela

2013-01-08 13:02

Johannesburg - Iqembu iNkatha Freedom Party lithi kumele kuphenyisiswe ngokushona kwezingane ezine, ezishonele esibhedlela ziguliswa yisifo eselaphekayo.

Izingane zishone esibhedlela saseLimpopo iGeorge Masebe Hospital, ngemuva kokuxinwa wuhudo nokuphalaza.

Ukushona kwezingane kukhombisa ukuthi kunenkinga ekhona, kunjalo nabasebenzi basesibhedlela baba nokudembesela, kusho okhulumela iqembu uHilda Msweli.

“Uma abasizi bezempilo bengazikhathalele izimpilo zabantu, uma kumele kushone izingane njengoba kwenzekile. Nakanjani kumele kuphenywe,” ekhuluma.

Iqembu lithi kumele uNgqongqoshe woMnyango wezeMpilo esifundazweni uNorman Mabasa, aphenye ngalesi sigameko.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhonjwa esikhundleni esisha uPikoli

Emizuzwini eyi-22 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Showers late. Mostly cloudy. Mild. PE: 15-19°C Showers early. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...