I-BUSA ifuna kukhishwe isibonelelo sabangasebenzi

2012-05-22 16:27

Johannesburg - Inhlangano iBusiness Unity SA (Busa), isicele uhulumeni ukuthi aqhubeke nezinhlelo zesibonelelo sabantu abasha abangasebenzi.

"Imali yakhishwa ngumgcinimafa eminyakeni emibili edlule kuze kuzobonelelwa ngayo abantu abasha abangasebenzi," kusho isitatimende seBusa.

Uhlelo lwesibonelelo sabantu abasha abangasebenzi kuthiwa luzovula amathuba amaningi emisebenzi eyitoho

Ilinganiselwa ku-400 000 imisebenzi engase idaleke, kusho iBusa.

IBusa ithi amabhizinisi asathuthuka azokwazi ukuba yingxenye enkulu yaloluhlelo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Limlahlile owabiza isisebenzi ngekhafula

Emizuzwini eyi-56 edlule
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...