I-AfriForum ingenelele kolwe e- toll

2012-06-15 16:00

Johannesburg - Inhlangano yamalungelo i-AfriForum isifake isicelo enkantolo ngenhloso yokuba yingxenye yokulalelwa kwesicelo sikahulumeni sokuphikisa isinqumo senkantolo sokumisa uhlelo lwe e-tolling.

Iskhulu esiphezulu uKallie Kriel uqinisekise ukuthi i-AfriForum ifake isicelo ngoba ifuna ukubonisa uhulumeni ukuthi uyaphambuka ngokuzama ukuphumelelisa lolu hlelo.

UKriel uthi abashayeli bezimoto abangabhaliseli lolu hlelo kuze kuba kuphuma isinqumo senkantolo sokugcina.

"Uma abashayeli bengabhaliseli lolu hlelo abakwaSanral bazophoqeka ukuthi benze ngenye indlela," kusho uKriel.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uzojuxuza koweJazz uMengameli Zuma

Emizuzwini eyi-22 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-28°C Tstorms late. Broken clouds. Warm.
Jhb: 14-22°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 10-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-25°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. PE: 16-19°C Showers late. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...