I-AfriForum ihlabe umdwebo ngoZapiro

2012-07-10 07:38

Johannesburg - Umdwebo kaZapiro wokugcina "utshengisa ukwedelela okunenhlamba" ngoMengameli Jacob Zuma, kusho inhlangano yamalungelo abantu i-AfriForum.

Lo mdwebo "awusizi ngalutho futhi uchapha uZuma ngenhlamba nje kuphela," kusho okhulumela i-AfriForum u-Ernst Roets esitatimendeni.

Umdwebo kaJonathan Shapiro uveza isitho sangasese somuntu wesilisa esimile sinemilenze neshawa ekhanda sime sibheke esibukweni.

Lo mdwebo washicilelwa kuMail & Guardian ngoLwesihlanu.

URoets uthe umdwebo lo awusizi ngalutho ekuxazululeni izinkinga leli elibhekene nazo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-21°C Sunny. Mild. Pta: 1-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-21°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-18°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...