I-ANCYL ijikele uMalema

2012-11-29 08:18

Johannesburg - Umengameli we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema kumele engabe unamahloni ngoba wahluleka ukutshengisa ukuba yisibonelo etsheni yakuleli, kusho uphiko ngoLwesithathu.

"La magama aziswana ngeke ashiwo ngumuntu ongaba ngumholi, noma angagxeka umholi oqokwe ngokwethenjwa wuphiko nabantu baseNingizimu Afrika lokho ngeke kumsize ngalutho. Usezibonakalise kaningi ukuthi akanakho ukuba ngumholi," kusho okhulumela i-African National Congress Youth League uKhusela Sangoni-Khawe esitatimendeni.

Ubephendula kulandela ukuthi uMalema eshiye angalazi ngoRonald Lamola, njengokombiko wephephandaba iThe Star.

Kuthiwa uMalema ubize uLamola "ngexoki" nango"mdayisi".

Lokhu ukusho ngemuva kokuthi uLamola ethe i-ANCYL izoyeseka imiphumela yenkomfa yeqembu i-ANC ezobanjelwa eMangaung.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 3-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...