I-ANC kumele itshengise ubuholi - Nzimande

2012-12-21 08:34

Bloemfontein - Yize bukhula ubulungu be-ANC namandla ayo, kepha kumele iqikelele ukuthi ibonakalisa ubuholi obufanele kuleli, kusho uNobhala Jikelele weSA Communist Party uBlade Nzimande.

“Ukuphatha izwe kumele kuze nomsebenzi,” etshela izithunywa ngesikhathi kuphothulwa ingqungquthela ye-ANC eMangaung.

"I-ANC ayenziwa ukukhula kwesibalo, kepha kumele yenze imisebenzi ebonakalisa ukuthi ingakwazi ukuhola abantu ngempumelelo."

Uthe umbimbi kubalulekile ukuthi lakhe amaxhama ezokusebenzisana nezinhlangano ezingekho ngaphansi kukahulumeni, amabandla nezigungu ezongamele izikole ukuze kusizakale abantu.

UNzimande uthe labo abagqofa uMengameli Jacob Zuma ne-ANC bathathwa njengamaqhawe ngabezindaba, nokuyinto engasile.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-25°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 5-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-24°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...