I-ANC izwelane nomndeni wesithunywa

2012-12-20 10:54

Bloemfontein - I-ANC isithumele amazwi enduduzo emndenini wesithunywa esivele sendela kweliphakade kungazelele muntu ngesikhathi kuqhubeka ingqungquthela yeqembu eMangaung.

UHappy Ndinisa, waseBarberton, eMpumulanga, ushone ngoMsobmbuluko.

"Isidumbu sakhe sesivele sithunyelwe kubo. Sithanda ukudluliswa amazwi enduduzo emndenini wakhe," kusho uNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe.

UNdinisa uzofihlwa ngeSonto.

Ushiya ngasemuva unkosikazi namadodakazi amathathu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-29°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-24°C Rain late. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-28°C Morning clouds. Warm. PE: 19-27°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...