I-ANC iwine ukhetho lokuchibiyela eKZN

2011-11-10 14:15

Johannesburg -  I-ANC idle umhlanganiso okhethweni lokuchibiyela kuMasipala waseMtshezi, KwaZulu-Natal, kusho leli qembu ngoLwesine.

"Sithathe u-ward 7 ezandleni zeNkatha Freedom Party," kusho uNobhala waleli qembu eKZN uSihle Zikalala.

I-ANC ithole amavoti angu-1 002, i-IFP yathola angu-722 kwathi iNational Freedom Party yathola angu-580, esho.

"Umyalezo wethu ucace bha ukuthi amakhansela kumele asebenzisane eduze nemiphakathi ukuze azazi izinto ezishodayo."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 14-29°C Morning clouds. Warm.
Jhb: 12-24°C Morning clouds. Mild. Bloem: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-30°C More sun than clouds. Warm. PE: 14-30°C High level clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...