I-ANC iphakamise isibonelelo sabafesayo

2012-06-29 08:11
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kuphakanyiswe ukuthi kube khona isibonelelo sabafesela imisebenzi ngesikhathi kubhungwa ngemigomo enkomfeni ye-ANC, kusho uSihlalo weqembu eGauteng uPaul Mashatile.

"Kule khomishana ihlatshiwe indaba yesibonelelo sentsha nesake samenyezelwa ngaphambilini. Ngakho siphakamise isibonelelo sabantu abasha abafuna imisebenzi, nesingafani ne-youth wage subsidy," etshela izintatheli enkomfeni ye-ANC eMidrand.

Uthe into eyenza kugxekwe i-youth subsidy yingoba abaqashi babezonikwa imali ngesithembiso sokuthi bazoqasha intsha.

Uthi-ke abaningi bakhala ngokuthi lokhu kufana nokuthi "ukulahla imali emfuleni".


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-27°C Sunny. Warm. PE: 13-23°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...