I-ANC ihlaselwa ngombombini - Cosatu

2012-12-19 10:32
Yabelani Shicilela

Bloemfontein - I-ANC ihlaselwa ngamadlelandawonye ayo, kusho umengameli weCosatu uSdumo Dlamini ngoLwesibili.

"Uma ngithi iyahlaselwa, ngisho ukucekela phansi i-ANC, nosekuqalile ngeNUM. Kuzolandela iSACP... Baqonde i-ANC," kusho uDlamini.

Ubethula inkulumo yakhe yokweseka engqungqtheleni yokukhetha ubuholi be-ANC ebanjelwe e-University of Free State eMangaung.

Le ngqungquthela ibalulekile kubasebenzi ezweni lonke.

"Esikulindele kule ngqungquthela njengabasebenzi, ngaphandle nje kobuholi obusha, imigomo ekuzophunywa nayo."

UDlamini ube esecela izihambeli ukuba ezinqumweni zazo ngemigomo zifake umgomo wokuba kuvalwe ukuqashisa ngabasebenzi.

"Ukuqashisa ngabasebenzi akwengamelwe ngendlela ngakho kumele kuvalwe"


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Sekushone 103 ezingozini zePhasika

Emizuzwini eyi-29 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 17-21°C Increasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...