I-ANC ifuna ukubuyisela ithemba kuleli

2012-10-30 08:30

Durban - I-ANC KwaZulu-Natal ifuna ukuthi inkomfa yaseMangaung ibuyisele ithemba emphakathini ukuze ikwazi ukuqhubeka nokubeka imigomo eyisa izwe phambili.

Lokhu kuvele ngoMsombuluko ngesikhathi kuhlangene abaholi besifundazwe engqungqutheleni yokuthuthukiswa komnotho eThekwini, kulungiselelwa inkomfa kaDisemba.

Lo mhlangano, obuyinguyazana, ubiyindlela yokulungiselela isifundazwe njengoba amaphaphu ephezulu kubhekwe eMangaung.

UNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan, isekela lakhe uNhlanhla Nene nalowo owayeyisikhulu seBhange Ngodla uTito Mboweni, bebengabanye abebehambele lo mhlangano.

Ekhuluma nabezindaba, uNdunankulu waKwaZulu-Natal uZweli Mkhize uthe bafuna ukuqinisekisa ukuthi amalungu azobe eyizithunywa enkomfeni azoqinisa imiphumela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Bafuna kwengezwe eyekhefu labazithwele

Emizuzwini eyi-42 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-19°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-15°C Sunny. Cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-22°C Sunny. Mild. PE: 10-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...