I-ANC ifisele u-matric ukubhala okuhle

2012-10-22 07:57

Johannesburg - Iqembu elibusayo i-African National Congress selifisele abafundi bakamatikuletsheni ukubhala okuhle njengoba beqala ukubhala izivivinyo zabo zokuphela konyaka.

"Siphasisa ukuzimisela kubona bonke abafundi, sithi babhalele ukuthola imiphumela emihle njengoba beqeda ibanga leshumi belungiselela ukuyongena ezikhungweni zemfundo ephakeme." kusho umkhulumeli weqembu uKeith Khoza.

Ukwenza kahle kwa-matric kubaluleke kakhulu njengoba kuyisiqalo sokuthi umfundi uzokwenza kanjani uma esephumele ngaphandle, sekumele asebenzele ukwenza ngcono ikusasa lezwe, kusho uKhoza.

"Sinamathemba okuthi imizamo eyenziwe nguMnyango wezeMfundo eyisiSekelo, othisha, izikhungo eszengamele izikole kanjalo nabazali, konke kuzoletha imiphumela emihle..."

"I-African National Congress inxenxa bonke abantu baseNingizimu Afrika ukuthi beseke abafundi bakamatikuletsheni."


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Mostly sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-12°C Sunny. Cool.
Dbn: 12-21°C More sun than clouds. Refreshingly cool. PE: 12-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...