Ezomdabu azingasali ngaphandle - Baloyi

2012-12-04 14:03

Johannesburg - Izikhungo zomdabu zineqhaza okumele zilidlale entandweni yeningi, kusho uRichard Baloyi nonguNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisa kanye nezindaba zoMdabu ngoLwesibili.

"Sikhona isikhala sokuba zidlale indima yazo,” usho kanje emhlanganweni wesidlo sasekuseni ebesihlelwe yi-New Age eFourways, enyakatho yeGoli.

Ukukhahlelile ukuthi iTraditional Courts Bill ngeke ibe ngekhululekile.

"Uhulumeni ngeke awuphasisa umthetho ozocindezela amanye amalungu omphakathi. Abantu kumele bangesabi.”

Uthe labo abakhethe ukuzikhipha ezinkantolo zamakhosi bayazikhipha emiphakathini.

UBaloyi uthe uke wazihambela izinkantolo zamakhosi eyolalela amacala, akaze abone isimo lapho kukhona abacwaswayo ngenxa yobulili babo.

Umthetho uhlose ukubuyisela nokweseka izindlela zezomthetho zabomdabu, kodwa zenziwe ngendlela ezohambisana noMthethosisekelo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...