Ezokuvakasha kumele zikhule ukudala imisebenzi

2011-01-18 14:00

Johannesburg - Ezokuvakasha kuleli kumele zikhulu ukuze kwande amathuba emisebenzi kusho usihlalo weTourism Council of SA uTommy Edmond ngoLwesibili.

"Ngokubona kwami, kumele abantu bafundiswe ukuya eholidini, njengoba kwenza lawo mazwe aqinile ngakwezokuvakasha," esho ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni iTourism Business Index okukuqala eGoli.

"Kumele bafundiswe ukuhamba izindawo."

UEdmond uthe iqembu le-ANC lizimisele ngokwakha amathuba emisebenzi ayizi 225,000 kulomkhakha eminyakeni eyishumi ezayo.

Kanti ke kulomhlangano kuphinde kwavela ukuthi ukungalangazeleli kwabantu baphesheya kwezilwandle ukuza kuleli kungase kulimaze ibhizinisi lezovakasha, kodwa futhi ukuqashwa kwabantu kulemikhakha akuzange kunyuke.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 10-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...