Enye indoda eyalala noDewani

2012-04-02 16:55

Cape Town - Umlisa wesibili usephumele obala wathi waba nomzuzu wocansi nomsolwa ecaleni lokubulala inkosikazi uShrien Dewani.

Lokhu kuvezwe yiphephandaba laseBrithani iDaily Star.

Imibiko ithi usopolitiki owaziwayo uvelile washo ukuthi waya ocansini izikhawu ezimbalwa no Dewani.

Usopolitiki oneminyaka engu-53 ubudala unikeze amaphoyisa isitatimende kulandela ukuthi uDewan aphike ukuthi uphila impilo yokuthandana nobulili obufana nobakhe.

Umlisa waseJalimane uLeopold Leisser, naye watshela amaphoyisa ukuthi walala noDewani izikhathi ezintathu.

ULeisser, angase abe ngufakazi wombuso uma sekuthethwa icala likaDewani.

Imibiko yephephandaba ithi omunye wofakazi waveza ukuthi uDewani, wabe enengcindezi evela emndenini ukuthi ashade.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuzodliwa ukotini wodwa eNewcastle

Emizuzwini eyi-27 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 11-29°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...