Bukelani kuMadiba - Tutu

2012-07-16 14:04
Yabelani Shicilela

Cape Town - Isipho esihle sokuzalwa umuntu angasenzela loyo owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, wukuthi aziphathise okwakhe uMadiba, kusho u-Emeritus Bishop Desmond Tutu, ngoMsombuluko.

"Isipho abantu abangasipha uTata Nelson Mandela, ekugubheni kwakhe iminyaka engu-94 azalwa, yisipho sokuziphatha njengaye, babe nomoya wokuzwana nomusa," kuchaza uTutu.

"UMadiba wasifundisa ukuthi sizithande, sithande abanye abantu futhi sithande nezwe lethu."

UMandela wadeka itafula kuze wonke umuntu waku leli ezokwazi ukuthola ukudla; kumele siqikelele ekutheni wonke umuntu unakho akutholayo, esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...