Buka umfana, 12, enza izimanga ngeGusheshe

2015-05-04 13:28

Johannesburg - UJean "Panjero" Kruger akayena nje umfana omncane ofana nabanye kodwa ungumfana owenza izimanga ngemoto.

UKruger, 12, uma umbuka ufana nabo bonke abanye abafana kodwa linda uze umbone eshayela “iGusheshe" – okuyimoto yohlobo lweBMW 325is – lapho ke uzomhlonipha nakanjani.

Funda nalolu daba: Lihehlile elabasolwa ngokbulala owokufika.

UKruger wajoyina lo mdlalo eminyakeni emibili eyedlule kanti manje usengohamba phambili ekushayeni ‘izidudla’ futhi uyena ohola iqembu lakhe, kubika iTimesLive.

NgoMgqibelo, uKruger waseMafikeng, eNorth West, ushiye abantu bengawuvali umlomo emcintiswaneni weBattle of the Nations eMahem Raceway, ePitoli.

Buka i-viedo:



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 10-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...