Bazoxoshwa abafundi abadla izidakamizwa

2013-01-21 14:03

Johannesburg - Abafundi abatholakala ukuthi basebenzisa izikhuthazi ezingavumelekile emidlalweni yezikole bangase babhekane nokuxoshwa ezikoleni, kusho iSA Institute for Drug-Free Sport (SAIDS) ngoMsombuluko.

Isikhulu uKhalid Galant uthe lesi sikhungo sinezinhlelo zokuhlola abafundi ezikoleni ngemizamo yokuqeda nya ngalo mkhuba osudlangile wokudla izikhuthazi.

"Sizama ukusindisa izimpilo zezingane siphinde sizenze ziqonde izingozi ezikhona ngokusebenzisa izidakamizwa."

Uthishanhloko angayalela ukuba umfundi noma abafundi bahlolwe uma kusolakala ukuthi basebenzisa izidakamizwa ezingavunyelwe.

Icala lobe selibhekiswa kwabeSAIDS, nezobe isithumelela ozohlola umfundi, kubuka uthisha noma isikhulu sesikole nomzali abanobulili obufanayo nobomfundi ukuze bezoba ngofakazi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...