Bazotoka ababezingela obhejane

2013-01-28 16:30

Johannesburg - INkantolo yeMantshi yaseWhite River ilihlehlisile icala elibhekene namadoda amabili asolwa ngokuzingela obhejane esiqiwini iKruger National Park, kusho uphiko loKlebe.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Paul Ramaloko uthi abasolwa abadabuka eMozambique, bazogqunywa esitokisini kuze kuba babuyela enkantolo mhlaka-6 Febhuwari.

Abasolwa babanjwa esiqiwini ngoMgqibelo, umsolwa wesithathu wadutshulwa wabulawa.

Amaphoyisa ashaqa izibhamu zokuzingela ezihlanganisa i-rifle.





 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ahoxile amacala abavukuzi abangu-279

Emizuzwini eyi-30 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-23°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-19°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 18-22°C Showers early. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-21°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...