Bazogijima ngezithuthuthu abahambisa usizo

2012-07-17 16:38

Johannesburg - Abahambisa usizo oluphuthumayo bazohambisa usizo kubantu begijima ngezithuthuthu, kulandela ukwethulwa kohlelo olusha eGoli.

Uhlelo olubizwa ngeMotorcycle Response Unit, olusebenza eGauteng seluzodluliselwa eWestern Cape naKwaZulu-Natal, kusho abakwaNetcare 911.

Uhlelo lolu luqale ukusebenza ngasekupheleni konyaka owedlule eGoli.

"Ngemuva kokuthi lwethuliwe uhlelo, salubona lusebenza ngendlela esheshayo ikakhulukazi ezehlakalweni la khona umuntu ehlaselwe yisifo senhliziyo noma ezehlakalweni zokuminza," kusho umqondisi kwaNetcare 911 uTumi Nkosi.

UNkosi uthe uhlelo luhle kakhulu ngoba akubi khona kubambezeleka emgwaqeni, uthe ukuhamba ngesithuthuthu kwenza labo abahambisa usizo bakwazi ukushesha bafinyelele kuloyo odinga ukusizakala.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhulelwe owadlwengulwa ngumyeni kanina

Emizuzwini eyi-32 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Showery. Mostly cloudy. Cool. PE: 8-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...