Bayaxolisa abase-KFC

2012-06-29 10:05

Johnnesburg - Isitolo esenza sidayise inyama yenkukhu echochombisiwe iKentuky Fried Chicken siyaxolisa ngokudlala iculo elithi alifane neculo lesizwe kodwa elinenhlamba nezinhlamvu ezicwasa ngokwebala.

Iculu leli lidlalwe kwesinye sezitolo zakwa-KFC eKapa.

"Sithathe izinyathelo ezinqala sizithathela abasebenzi abathintekayo ekudlalweni kwaleli culo," kusho isitatimende senkampani.

Iqembu i-ANC eWestern Cape licele ukuthi kwenziwe uphenyo ngalolu daba.

Umthengi uTariq Mellett okunguye ozwe leli culo wase ebika uthi uphoxekile ukuthi lesi sitolo singadlala umculo walolu hlobo.

"Bekuzwakala sengathi yiculo lesizwe, liqale ngesiBhunu lase liqhubeka lithi..Mandela is 'n fokken k****r, laqhubeka, isitolo silidlalela phezulu," kusho uMellet.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...