Baya enkantolo abomkhonyovu wezimoto

2012-06-28 10:02

Durban -  Ikhansela lendawo nendodana yalo bazovela enkantolo eMpangeni ngoLwesine ngezinsolo zebhizinisi lokuthengisa ngezimoto eliseThekwini, kubika iNewswatch.

Bangabakamuva ukuboshwa amalungu ethimba lamaphoyisa aseNanda.

Abanye abalisa bona bavalelwa esitokisini ngoMgqibelo kanti sebevelile eNkantolo yaMantshi yaseMpangeni.

Icala labo lahlehliselwa uMsombuluko.

UCaptain Thulani Zwane wamaphoyisa uthi amaphoyisa athole izimoto ezintshontshiwe eRichards Bay, eMpangeni, eMthunzini naKwaMbonambi.

"Ezingu-16 izimoto sezitholakele, zitholwa yiwona la malungu eSAPS abophe ikhansela nendodana yalo,” kusho uZwane. 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UKelly ubuyisele izinto zikaMeyiwa

Emizuzwini eyi-52 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...