Baya enkantolo abasolwa ngokufa kwesikhulu

2013-01-03 09:01

Polokwane - Bazovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseMankweng abafana abathathu abasolwa ngokufa kwesikhulu sikahulumeni wase Limpopo.

Abasolwa baboshwa ngoLwesibili, mayelana nokubulawa kuka-Ephraim Mashiane, 54, obengumqondisi eMnyangweni wezokuThuthukiswa koMnotho esifundazweni, kusho okhulumela amaphoyisa uBrigadier Hangwani Mulaudzi.

UMashiane wanyamalala mhla lulunye kuSeptemba ngo 2012, kwatholakala imoto yakhe ishisiwe eGa-Mothapo, endaweni eqhele ngo-35km ePolokwane.

Isidumbu sakhe sona satholakala sintanta edamini iSchoonoord, eSekhukhune.

Abasolwa abane baseminyakeni ephakathi kuka-16 no-19 ubudala kuthi oyedwa abe neminyaka engu-20 ubudala.

Ayikazeki imbangela yokubulala.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 15-25°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...