Bavelile abasolwa ngokuqhumisa ama-ATM

2013-02-08 07:41

Pietermaritzburg - Amadoda angu-11 asolwa ngohide lwezigameko zokuqhunyiswa kwemishini yokukhipha imali, ATM, KwaZulu-Natal, avelile eNkantolo yesiFunda eMgungundlovu.

Abasolwa babhekene namacala amathathu okubulala namane okuzama ukubulala, kanti ngeke amagama abo akhishwe kuze kube bahlonzwa yizisulu.

Kulekwe ngaphezulu amacala okucekela phansi impahla, ukweba, ukuphatha izibhamu ezingekho emthethweni nokuphanga maqondana nezigameko zokubhonjwa kwama-ATM eHowick nase-Utrecht, KwaZulu-Natal.

Bazoqhubeka nokugqunywa esitokisini kuze kube bafaka isicelo sebheyili ngoMashi 7.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 13-25°C Showers late. Broken clouds. Warm. Bloem: 14-24°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-25°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...