Bavelile abashaya balimaza umfana

2012-12-11 14:44

Johannesburg - Lingenile enkantolo icala elibhekene nabafana abangu-18 abasolwa ngokuzama ukubulala.

Amaphoyisa ase-Eastern Cape athi abafana abaneminyaka ephakathi kuka-18 no-21 budala, bakwaMkhonkotho nabakwaHolela, bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eButterworth.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha, uthi laba basolwa ngokuhlasela umfana oneminyaka engu-19 ubudala.

Lona owahlaselwa washaywa kambi, wangeniswa esibhedlela.

Abasolwa bagqunywe esitokisini, kuze kuba baphinda babuyela enkantolo mhlaka-18 Disemba.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-21°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-23°C Partly cloudy. Mild. PE: 15-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...