Bavele enkantolo ngelokweba eThaba Nchu

2012-06-22 12:04

Johannesburg - Amadoda amabili aseFree State asolwa ngokweba, ukugqekeza nokutholakala nezimpahla zokwebiwa avele eNkantolo yeMantshi yaseThaba Nchu ngoLwesihlanu.

UCaptain Tseko Mokgahle uthe laba bobabili bazobuyela enkantolo ngoJuni 26 nalapho bezofaka khona izicelo zebheyili.

UMokgahle uthe amaphoyisa alunywe indlebe ngalaba balisa abaneminyaka engu-21 no-22 ubudala.

UMokgahle uthe amaphoyisa ahambele emzini oseThaba Nchu eZone Five, nalapho kutholakale khona izimpahla ezahlukene zokwebiwa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Morning clouds. Mild. Pta: 12-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 14-25°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 14-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...