Bavele enkantolo abazingela obhejane

2011-03-15 16:51

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo athi bavele kancane eNkantolo yeMantshi yasePalaborwa abalisa ababili mayelana nokuzingela obhejane ngokungemthetho.

Icala likaJuka Chauke noMillion Chauke lihlehliselwe umhlaka-20 Ephreli ukuze kuqhutshwe uphenyo, kusho owamaphoyisa uSergeant Malesela Makgopa.

Umsolwa wesithathu, uRaul Shirindza, akazange avele enkantolo.

La madoda angawokudabuka eMozambique aola ngokuzingela obhejane ngokungemthetho eKruger National Park. Banqatshelwa ibheyili ngesikhathi bevela okokuqala enkantolo.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kulimale 8 kuwa udonga eGoli

2015-03-01 08:47
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 16-27°C Broken clouds. Warm.
Jhb: 12-23°C Morning clouds. Mild. Bloem: 14-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-25°C Scattered showers. Morning clouds. Mild. PE: 19-22°C Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...