Bathungelwe ngomlilo eKhayelitsha

2012-03-20 12:01

Cape Town - Amadoda amathathu athungelwe ngomlilo asha eKhayelitsha, esifundazweni saseWestern Cape, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uNovember Filander uthi abashonile bagaxwe amathayi bashiswa.

Uthi bonke batholakale ngakujantshi wesitimela eNkanini, eHarare, ngoMsombuluko ebusuku.

"Abashonile bebezungezwe ngumphakathi, okholwa wukuthi bayathinteka ezehlakalweni zokuhlukumeza ezenzeka endaweni."

Oyedwa kulaba ushonele endaweni yesehlakalo kwathi ababili bashonela esibhedlela.

Akekho oseboshiwe ngalokhu.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Abafelokazi mababhasobhe oBen 10'

Emizuzwini eyi-25 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...