Batelebhele emgwaqeni yeTheku abe-ANC

2013-01-11 13:09

Durban - Izinkumbi zabantu abathanda iqembu likaKhongolose, zidele amakhaza nemvula zashaya umgwaqo eThekwini, kubungazwa iminyaka engu-101, kwasungulwa uKhongolose, oyiqembu elibusayo eNingizimu Afrika.

Uhambo lusuke emgwaqeni uPixley ka Seme Street, lwajikeleza idolobha lwaya kophelela kuStalwart Simelane Street.

Umbukiso we-ANC ubuhlanganisa namalungu enhlangano abefake izikibha ezinemibala yeqembu nekhanda likaMengameli uJacob Zuma.
 



 "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-15°C Mostly sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-17°C Sunny. Mild. Bloem: -1-14°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 11-17°C Afternoon clouds. Cool. PE: 9-17°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...