Bashona sebegugile abakuleli

2012-11-30 10:33
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abantu baseNingizimu Afrika balindeleke ukuthi okungenani baphile baze bafike eminyakeni engu-60 ubudala, njengoba eminyakeni emithathu eyedlule zilokhu zikhule njalo izibalo zabantu abaphila isikhathi eside.

AbakwaThe Lancet bakhiphe izibalo ezithi ngo-2009, abantu bakuleli bebebhekeke ukuthi baphile okungenani baze babe neminyaka engu-54 ubudala, lesi sibalo silokhu sikhule njalo.

"Uguquguquko olukhona ezweni lunomthelella ekukhuleni kweminyaka ephilwa ngabantu emhlabeni, njengoba manje sebengaphila baze babe no-60 ubudala," kusho umbiko.

"Ushintsho ekuphathweni koMnyango wezeMpilo nakho kunomthelela ekuphileni isikhathi eside kwabantu. Umnyakazo kahulumeni nawo wokugqugquzela abantu ukuthi baphile kangcono, nawo unomthelela."




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone abahlanu engozini eFree State

Emizuzwini eyi-46 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 17-21°C Increasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...