Bashe bangqongqa engozini eGoli

2011-09-23 07:05

Johannesburg -  Abezimo eziphuthumayo bathi abantu ababili bashe baba ngumlotha ngesikhathi imoto yabo itholana phezulu neloli eVereeniging, eningizimu neGoli ngoLwesihlanu ekuseni.

Okhulumela abakwa-ER24 uDerrick Banks uthe bafike endaweni yesehlakalo imoto isha ubuhanguhangu.

Uthe izidumbu zabashonile bezingakahlonzwa.

Umshayeli weloli uthole ukulimala wase ephuthunyiswa esibhedlela iSebokenge.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-26°C Sunny. Mild. PE: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...