Basenkantolo abomkhonyovu wama-ATM

2013-01-15 10:04

Durban - Kulindeleke ukuthi bavele eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu abasolwa abayishumi abathinteka ngohide lwezigameko zokuqhunyiswa kwama-ATM kuleli, kubalwa naKwaZulu-Natal, kubika iNewswatch.

Uphiko loKlebe lubophe la madoda ngempelasonto ehamba ngetekisi esuka eGauteng.

Kukholakala ukuthi abasolwa, nabahlala ehostela eliseGoli, badabuka eKZN.

Lezi zigilamkhuba zibe seziholela lolu phiko emzini oseManguze.

Okhulumela oKlebe uPaul Ramaloko uthi bathole izibhamu ezine, okubalwa ne-AK47, kulo muzi kanjalo neziqhumane nemoto.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...