Basenkantolo abodlame lwasemgwaqeni

2013-02-12 10:04
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kulindeleke avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseMiddelburg, amadoda amathathu aboshwa ngemuva kokuqubuka kodlame lwasemgwaqeni, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.

Abasolwa bazihambise bona emaphoyiseni, badedelwa ngebheyili ka-R1 000 umuntu ngamunye, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Leonard Hlathi.

U-Ernest Hartzenberg, 23, Mossie Moss, 40, kanye noJohnny van Eeden, 22, babhekene namacala okushaya ngenhloso yokulimaza.

Laba kuthiwa bahlasela abantu ababehamba ngetekisi, babadubula ngesibhamu sikapende, lesi sehlakaloo senzeka ngoMgqibelo.

Kuthiwa umshayeli wetekisi wayeshayela kambi, kwathi omunye wabasolwa wamvimba ngemota, emvimba emgwaqeni, kwase kusuka ingxabano.

Umnikazi wemoto wafonela abangani bakhe ethi abazosiza, kwaqhubeka isidubedube emgwaqeni.

"Ngesikhathi sekufika laba abafonelwa, ababesetekisini bathenga iphathi, kwaqhubeka impi."



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...