Basagcwele amathafa abase-DRC

2013-02-08 14:03

Johannesburg - Amaphoyisa asathungatha amadoda amabili okukholakala ukuthi ayingxenye yesigejana esisolwa ngokwakha itulo lokuketula uMbuso waseDRC kaMengameli Joseph Kabila.

"Izinkomba zithi kungenzeka ukuthi basekhona kuleli, njengoba izikhulu zibathungatha nje," kusho okhulumela amaphoyisa uBrigadier Lindela Mashigo.

Laba ngoGeneral William Amuri Yakutumbu no-Etienne Kabila, nokukholakala ukuthi bangabafowabo kaMengameli waseDemocratic Republic of Congo, kwenye indlu.

Isigejana samavukelambuso aseDRC, esibala ongowokudabuka eMelika, bavele eNkantolo yesiFunda yasePitoli, babekwe amacala ngaphansi kweForeign Military Assistance Act.

Baboshwe eLimpopo ngoLwesibili ngemuva kwezinyanga zophenyo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-22°C Sunny. Mild. Bloem: 11-26°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-26°C Showers late. a mixture of sun and clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...