Baqolwe eyesitokofela eGoli

2014-12-12 17:32

Johannesburg - Amadoda amabili ase-Eldorado Park, aqolwe isamba esingu-R52 000, okuyimali yesitokofela, kusho amaphoyisa esifundazweni saseGauteng.

Amadoda akhonjwe ngezibhamu adunwa imoto aphucwa nemali.

Funda nalolu daba: USedayisa izinkuni owaqolwa u-R45m 

Isehlakalo senzeka ngesikhathi eqeda ukukhipha imali eSouthgate, kusho okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Kay Makhubela.

Izigilamkhuba zigcine zibaleka ngemoto eyiFord Fiesta, akulimalanga muntu kulesi sehlakalo.

Amaphoyisa asathungatha abasolwa.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-26°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-24°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-23°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...