Banukelwa yijele abasabisa ngamabhomu

2012-09-17 12:05

Cape Town - Ukwesabisa ngebhomu okwenzeke esiteshini sesitimela eMaitland, kudale ukuthi kuphazamiseke ukuhamba kwezitimela edolobheni iKapa ngoMsombuluko, kusho abakwaMetrorail.

Isikhulu esiphezulu enkampanini uMthuthuzeli Swart uthe balunywe indlebe batshelwa ukuthi abaphenye kujantshi kunebhomu ecushiwe.

Amaphoyisa awatholanga lutho oluyiziqhumane, ukusebenza kwezitimela kuphazamisekile kwaze kwaqala ngezithuba zawo-07:05.

"Siyakugxeka ukuphazanyiswa komsebenzi...lezi zikhohlakali eziphazamisayo kumele zinqandwe ngokushesha," kusho uSwartz.

Sekukhishwe umehlokaboni ka-R25 000 ozonikwa loyo ozompimpa laba abaqamba amanga basabise ngamabhomu.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kugqekezwe emzini kaKrejcir

2014-08-20 18:16
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 10-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C High level clouds. Mild. Bloem: 4-19°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 11-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...