Baningi abashone emigwaqeni - RTMC

2013-01-01 09:58

Johannesburg - Singaphezu kuka-1 200 isibalo sabantu asebeshone ezongozini zemigwaqo yakuleli kusukela kuqale inyanga kaDisemba, kusho abakwaRoad Traffic Management Corporation (RTMC). 

Okhulumela abeRTMC u-Ashref Ismail uthi bangu-1 207 abantu abashone ezingozini ezingu-1 006 ezibikiwe.

Uthe akukho zigameko ezinyantisayo ezibikiwe esikhathini esingamahora angu-96.

"Okwamanje azikadedelwa izibalo ngokwezifundazwe. Izibalo eziphelele zizodedelwa uma sekuvulwe izikole."

UMnyango wezokuPhepha koMphakathi uthi esifundazweni saseNorth West sekushone cishe abantu abangu-60 kusukela kuqale uDisemba.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-20°C Mostly sunny. Cool. Pta: 19-31°C Tstorms early. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 16-26°C Scattered showers. Partly sunny. Warm. Bloem: 17-24°C Passing showers. More clouds than sun. Mild.
Dbn: 22-30°C Tstorms late. More clouds than sun. Warm. PE: 20-26°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...