Baningi abaphinda ukuhlolwa kuleli

2011-02-14 16:51

Pretoria - Bangaphezu kuka-100 000 abafundi bakamatikuletsheni abaphinda ukuhlolwa kwabo kulo nyaka, kubika uMnyango wezoMfundo kuleli ngoMsombuluko.

"Bangu-101 078 abafundi ababhalisele ukuphinda ukubhala kokuhlolwa kwabo," kusho okhulumela lo mnyango uGrandville Whittle.

Isifunazwe esinesialo esikhulu iKwaZulu- njengoba kubhalise abafundi abangu-21 828, ilandelwa iLimpopo no-15 174, i-Eastern Cape no-15 174, iGauteng no-13 056 kuthi iNorthern Cape ibe nabafundi ababhalisile abangu-1958 nje kuphela.

Izifundo ezibhalwe ngoMsombuluko zifaka iGerman, Portuguese, Hebrew ne-electrical technology.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuphume isidumbu kulwa izelamani e-KZN

Emizuzwini eyi-8 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C Sunny. Cool. Pta: 16-28°C Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 16-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 18-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...