Banengcindezi ongqongqoshe nezikhulu - Motlanthe

2012-11-16 14:03

Pretoria - Bunengcindezi ubudlelwano babanye abasebenzi bakahulumeni nezimiso zabo zezombusazwe, kusho iPhini likaMengameli wezwe uKgalema Motlanthe, ngoLwesihlanu.

"Ukuxhumana okukhona phakathi kwezisebenzi zikahulumeni nezimiso zezombusazwe, yinto entsha embusweni wentando yeningi eNingizimu Afrika,"  kusho uMotlanthe ekhuluma e-University of Pretoria.

"Ngezinye izikhathi lokhu kufaka ingcindezi kongqongqoshe kanjalo nabaqondisi eminyangweni kahulumeni. Ukushoda kwamakhono kuphinde kube nomthelela ekungaqhutshweni ngendlela komsebenzi."

UMotlanthe ubekhuluma emhlanganweni wesihlanu obizwa nge-5th Annual School of Public Management and Administration, ePitoli.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushowe isitimela uMuldersvlei

Emizuzwini eyi-15 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Sunny. Mild. Pta: 8-20°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 5-16°C Broken clouds. Cool. Bloem: 3-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-25°C Sunny. Mild. PE: 9-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...