Bambulala bethi uyishende

2013-01-21 16:16

Johannesburg - Avelile ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseWillowvale, amadoda amabili asolwa ngokubulala ibhungu.

Abasolwa uThanduxolo Ntombi, 20, noThelelani Tywakava, 22, bazobuyela enkantolo mhlaka-11 Mashi.

Laba baboshwa ngoLwesihlanu ngemuva kwezinsolo ezithi bayathinteka ekubulaweni kwebhungu elabulawa ngesonto eledlule, endaweni yaseNyumbeni, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha.

Kukholakala ukuthi oyedwa kubasolwa uthandana nomzala kamufi, laba babona umufi ehamba nentombi yomsolwa, bengazi ukuthi bahlobene base bemhlasela.

"Ngesikhathi umufi esebuyela emuva esehamba yedwa, abasolwa bamhlasela ngemishiza bamshaya bamshiya elele eceleni komgwaqo,” kusho uManatha.

Umuntu owayedlula ngendlela wabona lona wase emphuthumisa esibhedlela, wafike waphelela khona.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuzonqunywa ngelizayo ngabe-EFF abamiswa

Emizuzwini eyi-14 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-31°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-32°C Sunny. Warm.
Dbn: 20-23°C a few showers. Decreasing cloudiness. Mild. PE: 18-22°C Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...