Bakhala ngokungaholi abasebenzi e-UKZN

2012-04-11 14:05
Yabelani Shicilela

Durban - INyuvesi yaKwaZulu-Natal ithi izama ngakho konke okusemandleni ukulungisa izinkinga eziholele ekutheni abasebenzi abayitoho bangaholi izinyanga ezintathu, kubika iNewswatch.

Kusolakala ukuthi bangu-800 abasebenzi abathintekayo kulokhu.

Laba basebenzi bakhala ngokuthi sebeze bangena ezikweletini ngenxa yalesi simo.

"Omunye umsebenzi engimaziyo useboleka imali kugogo wakhe, kunzima nje impela, kusho omunye umsebenzi ongathandanga ukudalulwa igama.

"Ngeke sikwazi ukuyeka ukusebenza ngoba lokho kuzophazamisa abafundi," kusho omunye.

Okhulumela i-UKZN uNomonde Mbadi uthe kwezinye izigameko inyuvesi yathatha imininingwane okungeyona.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Sunny. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 15-22°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...