Bahleke bodwa abashayeli kuginqika iloli yeCoke kuN2

2015-08-27 13:37

Johannesburg - Kuvele kwawukhisimusi ngo-Agasti emgwaqeni omkhulu uN2 ngemuva kokuba kuginqike iloli ye-Coca Cola ebigcwele.

OLUNYE UDABA: Kuginqike iloli lenyama kwavalwa umgwaqo eGoli

Obesendaweni yesigameko uthe abashayeli bebemamatheka begijima beyozisiza ngamadilinki kuthelawayeka.

Lesi sigameko senzeke ngoLwesibili ntambama kwadaleka isiminyaminya kuthelawaka obheke eKapa, kubika i-EyeWitnessNews.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Sunny. Cool. Pta: 20-30°C High level clouds. Warm.
Jhb: 18-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...