Bagwetshiwe abo'mhlabelo kaSathane'

2012-03-30 12:01

Johannesburg - Amadoda amabili avume icala lokubulala uKirsty Theologo, 18, esehlakalweni ekuthiwa sihlobene nenkolo kasathane, agwetshwe iminyaka engu-17 ethothoza ejele, kusho imibiko ngoLwesihlanu.

IMantshi igwebe uLester Moody noJeremy King, bobabili abaneminyaka engu-18 ubudala, yabalengisela iminyaka emihlanu.

Bobabili laba kulindeleke bafakaze ecaleni labanye abasolwa uLindon Wagner, 21, Robin Harwood, 18, Harvey Isha, 23, nomsolwa oneminyaka engu-15 ubudala.

Ngenyanga ka-Okthoba uTheologo wabhunyelwa ngophethiloli washiswa.

Washona ngemuva kwesonto engeniswe esibhedlela, umngani wakhe oneminyaka engu-14 ubudala, naye washiswa kodwa wasinda.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: 0-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-26°C Sunny. Mild. PE: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...