Baboshelwe ukushisa izitolo zabokufika

2013-01-31 16:40

Johannesburg - Abantu abayisishiyagalolunye baboshiwe ngemuva kokuphazamisa ukusebenza ezitolo zabantu bokufika, abasebenzela elokishini laKwanobuhle, e-Eastern Cape.

"Kushiswe isitolo somuntu odabuka e-Ethiopia, sishiswe yiqulu labantu. Umninisitolo ukwazilwe ukuphulukundlela wase ebiza amaphoyisa," kusho okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Gerda Swart.

Lesi sehlakalo senzeke ngoLwesithathu ebusuku, iqulu lihlasele imoto yamaphoyisa layishaya ngamatshe nokho akubanga khona muntu olimalayo, kusho uSwart.

Abayisithupha kwababoshiwe basebancane ngokweminyaka yobudala.

Bonke abasolwa kulindleke bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaKwanobuhle, ngoLwesihlanu, babhekene namacala okucekela phansi impahla nokudala udlame emphakathini.



"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-26°C Rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-27°C a few showers. Afternoon clouds. Warm. PE: 16-20°C a few showers. Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...