Babhikishele ukugqoza kwentuthuko eBhambayi

2012-11-13 08:15

Durban - Isixuku sezakhamuzi ezibalelwa ku-300 zigcwale izitaladi zifuna ukwakhelwa izindlu zomxhaso eBhambayi, eNanda, enyakatho neTheku, kusho amaphoyisa eKwaZulu-Natal ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Vincent Mdunge uthe ababhikishi bavale umgwaqo ngamathayi avuthayo bashisa nerobhothi.

Ngemuva kokuthi kushaywe ezinye izimoto ngamatshe kudingeke ukuthi ziyalelwe ukuba zisebenzise umgwaqo omkhulu waseNanda.

Lo mbhikihso uqale ngabo-05:00 kanti akukaboshwa muntu.

IBhambayi indawo eyimijondolo engenayo intuthuko eyakhelene nePhoenix.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-22°C Sunny. Mild. Bloem: 12-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C High level clouds. Warm. PE: 17-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...