Babhikishele intuthuko eSoweto

2013-02-06 16:38

Johannesburg - Izakhamizi zaseBramfischerville, eSoweto, nebezilinganiselwa ku-1000, zingene emgwaqeni zabhikishela ukugqoza kwentuthuko.

Okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Kay Makhubela uthi abahlali bafuna ukufakelwa amalambu akhanyisa emgwaqeni, bafuna umgwaqo wetiyela kanye nepaki yezingane.

"Baphinde bakhala ngezitamukoko ezivalekile, abathi zingase zibe yingozi.”

Isikhulu ebesivela ehhovisini lemeya sihlangane nezakhamuza sathatha uhlu lwezokhalazo, imeya inikwe izinsuku ezingu-14 ukuthi iphendule.

Amaphoyisa abelokhu eqaphe indawo ngeso lokhozi.

"Akukho muntu oboshiwe njengoba kungabanga khona kulinyazwa kwempahla,” kusho uMakhubela.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 12-23°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...