Babhikishele intuthuko eKapa

2012-07-30 14:32
Yabelani Shicilela

Cape Town - Abantu abalinganiselwa ku-100 babambe umbhikisho bekhala ngokugqoza kwentuthuko elokishini laseNyanga eKapa, kusho amaphoyisa esifundazweni iWestern Cape.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Andre Traut uthe ababhikishi bahlangane ekhoneni lomgwaqo uLansdowne noDuinefontein ngezithuba zawo-03:45 bavala umgwaqo ngamathayi avuthayo.

"Amaphoyisa asiqaphile isimo," kusho uTraut.

Okhulumela amabhasi enkampani iGolden Arrow uBronwen Dyke, uthe enye yamabhasi abo ithe ukuhlangabezana nenkinga ngesikhathi ivinjwa embhikishweni.

"Ibhasi ijikijelwe ngamatshe yashiswa eGugulethu," kusho uDyke.

"Umshayeli uthole ukulimala okungatheni ebusweni."




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C High level clouds. Mild. Pta: 13-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 11-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 12-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...