Bayayichitha i-tsunami

2012-04-11 16:46

Johannesburg- AbePacific Tsunami Warning Center, basihoxisile isexwayiso ngokuhlasela kwe-tsunami ebesikade sihanjiswe emazweni aseduze nolwandle i-Indian Ocean, kubika umthombo wezindaba i-Eyewitness News.

Isexwayiso size ngemuva kokuhlasela kwamagagasi anamandla ahlasele e-Indonesia.

Isexwayiso sikhishwe emazweni angu-28 ahlanganisa neNingizimu Afrika.

Amadolobha ekade eqashwe kakhulu kuleli ahlanganisa iPort Elizabeth, iKapa, iTheku kanye nePrince Edward Islands.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-22°C Sunny. Mild. Bloem: 5-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-27°C Sunny. Warm. PE: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...