Azipanishwe izinyokanyoka - Umbiko

2012-05-22 16:52

Johannesburg - Kumele bajeze kanzima abantu abantshontsha amakhebula kagesi, kusho inyunyana yabasebenzi i-United Transport and Allied Workers' Union (Utatu), ngoLwesibili.

Inyunyana isho kanjena kulandela ukutholakala kwamakhebula angadla inani lika-R1 million, ahlanganisa nojantshi besitimela.

Le mpahla itholwe ngamaphoyisa ophiko loKlebe eChloorkop, maduze naseKempton Park.

"Ingxenye yomsebenzi seyenziwe. Sekumele umthetho wezwe udlale indima yawo unike izigilamkhuba isijezo esinzima," kusho iPhini likaNobhala we-Utata u-Eddie de Klerk.

"Isigwebo kuzomele sithumele umlayezo kunanoma ngubani osacabanga ukweba ugesi. Kumele senze abantu bacabange kabili  ngaphambi kokugila lo mkhuba," kusho uDe Klerk

Amaphoyisa abophe abasolwa ababili kulesi sehlakalo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-EFF ivikele isenzo sayo

2014-08-22 08:32
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-13°C Sunny. Cool.
Dbn: 11-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...